ENdabayakhe Latest News

  • Home
  • ENdabayakhe Latest News

ENdabayakhe Latest News For fun Sikhiluma ngakho konke okuthinta umphakathi, izikhalazo napho esingeneme khona, imibono nezincomo kanye nezimemezelo

16/04/2020
12/04/2020

Hlala endlini, phepha.

18/02/2020

Morning boMkhaya!

Leli page selizoba active ngendlela exakile , sesizokwazi ukuhogela izindaba nezigameko ezenzekayo endaweni yethu bese sazisa umphakathi khona kulele Khasi.

Uma unesimemezelo, udaba oluthile but ufisa ukuba anonymous kwenze lokho ngokusenda inbox khona admin ezokufihla, izikhangaso zabantu abazisebenzayo endaweni yakithi nazo zamukelekile.

Amapictures obumnandi la Abantu abazithokozisa khona avumelekile.

Inhloso ukwakhana nokuthuthukisana ayi ukugxekana nokulwisana ngemibono. Let's have fun❤️😊

Ngyabonga

08/11/2019

Zamani tavern🍻

31/07/2019

Omunye wase zansi kwelokudlula emhlabeni ngophoyizeni.

Umfana wase zansi uphuthunyiswe emabamba emva kokuphuza isizulu kulempela viki esisuka luyo nalapha afike adlulela khona emhlabeni emva kokuthi amanurse ekuqinisekisile ukuthe udle uphoyizeni.

Umfana uzichazele konke before adlule emhlabeni ukuthi ubeno malume wakhe nokuyena omubizele isizulu nokuyena omfakele ubuthi ngokusho komthombo othembekile.

Umphakathi uyanxuswa ukuba usiyeke lesisenzo esesivamile endaweni yethu ikakhulukazi ezindaweni zokucima ukoma. Lesisigameko sophoyizeni sidala uqhekeko endaweni yethu sakhelene kangangoba sekuzofika Lana ongeke kusahanjelwana khona umakunemicimbi.

Yobe kwabalahlekelwe kuzozonke igameko zikaphoyizeni sikhala asiqedi.

Sisuka kude nebhasi mkhaya
31/07/2019

Sisuka kude nebhasi mkhaya

19/07/2019
17/07/2019

Mkhaya unjani kodwa ngabadi?

Address

Empangeni, Endabayakhe Reserve

3875

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when ENdabayakhe Latest News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

  • Want your club to be the top-listed Nightclub?

Share